Edumbeni ka thokoza Gogo

Edumbeni ka thokoza Gogo I am their foot print �� footprint!I walk in their legacy,I am a divine healer.

Uhlanga lwemali.Thokozani bantwana bethonga uhlanga lwemali lusiza ukudonsa inhlanhla yemali alilethi imali endlini. Uhl...
09/12/2025

Uhlanga lwemali.

Thokozani bantwana bethonga uhlanga lwemali lusiza ukudonsa inhlanhla yemali alilethi imali endlini. Uhlanga lwemali lufakwa umuntu ofuna imali ihlale kuye ingachitheki. Uma une business noma wenza izinto ezithinta imali uyaludinga uhlanga lwemali. Uhlanga lwemali yinto yokwenza ukuthi udonse imali noma ubambe imali ingachitheki.

Uma sakha uhlanga lwemali sihlanganisa imithi nemali engamaphepha bese siyakushisa kube into eyodwa sifake amafutha athize bese siyakuvusa ngendlela yakhona.

Uma uzogcabela uhlanga lwemali kuhle uqale ugezwe kususwe izinto ezimbi kuwe bese uyagcwatshwa. Kuhle kakhulu ugcatshwe ilanga libalele lingaguqubele izulu.

Ngitholakala ezweni lasegoli edaveyton

0782786295/ 0768431671 Ngubane

IsdikiliThokozani bantwana bethonga igama lalomuthi osesithombeni kuthiwa isidikili. Abathakathi bayawusebenzisa kakhulu...
09/12/2025

Isdikili

Thokozani bantwana bethonga igama lalomuthi osesithombeni kuthiwa isidikili. Abathakathi bayawusebenzisa kakhulu lomuthi ukukwenza udikile izinto eziwusizo empilweni. Bayakushaya ngalomuthi ube nomuzwa wokuthi ngathi ungadikila ushiye ikhaya noma umsebenzi noma udikile iskole usiyeke.

Lomuthi siyawuthaka ezindukwini zamacala , ushaye ummangali adikile icala.

Uma bekushaye ngeschitho thatha lomuthi ugqume ugeze, siyadikila isichitho sikuyeke.

Kuningi okwenziwa ilomuthi bengiveza okumbalwa.

Ngitholakala ezweni lasegoli eDaveyton

0782786295/ 0768431671 Ngubane

08/12/2025

Thokozane emakhosini ngiyavusela

07/12/2025

Thokozani bantwana bethonga ngasho ngathi umuntu osegoli ongasebenzi futhi onezinkinga ezidinga umelaphi kodwa ongenawo amandla ngathi ungathenga okusemandleni akho insipho sunlight, Vaseline, orange juicy, amanzi , milk , milk powder, sea salt, umlotha wamandiya, izibani, itshe labelungu noma umkhando. Lapha ngikusiza ngothando ukhipha lokhu onakho okokukhanyisela izithunywa ngikusiza ngezinto zakho ngikwenzela iziwasho zokuphalaza, ezokugquma nokugeza nokuchela.

Ngitholakala ezweni lasegoli edaveyton uyangifonela bese ngikutshela ukuthi uthenga ini nani uze nakho. Lokhu ngikwenza on Sunday and Monday.

Ngitholakala ezweni lasegoli edaveyton

0782786295/ 0768431671 Ngubane.

Address

Orange Grove
Johannesburg
2192

Opening Hours

Monday 08:00 - 19:00
Tuesday 08:00 - 19:00
Wednesday 08:00 - 19:00
Thursday 08:00 - 19:00
Friday 08:00 - 19:00
Saturday 08:00 - 19:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Edumbeni ka thokoza Gogo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share